15 Yaphula ingalo yomubi;buphenyisise ububi besoni,ukuze ungabe usabufumana.
16 UJehova uyinkosi kuze kube phakade naphakade;abezizwe bayachithwa emhlabeni wakhe.
17 Jehova, uyakuzwa ukulangazela kwabamnene;uyaqinisa inhliziyo yabo,indlebe yakho uyibeka kubo
18 ukuba wahlulele intandane nocindezelweyo,ukuze umuntu wasemhlabeni angabe esabanga uvalo.