1 Abamethembayo uJehova bafana nentaba yaseSiyoniengenakunyakaziswa kepha imi phakade.
2 Njengalokhu izintaba zihaqa iJerusalema,kanjalo uJehova uhaqa abantu bakhe kalokhu kuze kube phakade.
3 Ngokuba intonga yababi ayinakuhlala phezu kwesabelo sabalungileyo,funa abalungileyo belulele izandla zabo kokubi.
4 Jehova, yenza okuhle kubo abalungileyonabaqotho ezinhliziyweni zabo.
5 Kepha abaphambukela ezindleleni zabo eziyizinsongensongeuJehova uzakubahambisa kanye nabenza okubi.Ukuthula makube phezu kuka-Israyeli.