1 Ngikhala kuwe Jehovangisotweni phansi.
2 Nkosi, yizwa izwi lami;izindlebe zakho mazilalele izwi lokuncenga kwami.
3 Uma wena Jehova uqaphela iziphambeko,Nkosi, ngubani ongema na?
4 Kepha ukuthethelela kukuwe,ukuze wesatshwe.
5 Ngiyalindela uJehova,umphefumulo wami uyalinda;ngiyalethemba izwi lakhe.
6 Umphefumulo wami uyalindela iNkosikunabalindi belindela ukusa.
7 U-Israyeli makamethembe uJehova,ngokuba umusa ukuJehova,nokukhulula okuningi kukuye.
8 Uyakumhlenga u-Israyelieziphambekweni zakhe zonke.