1 Dumisani uJehova nina bezizwe zonke,nimbabaze nina bantu bonke.
2 Ngokuba umusa wakhe mkhulu kithina;iqiniso likaJehova limi phakade.Haleluya!