31 Inkazimulo kaJehova mayime kuze kube phakade;uJehova kathokoze ngemisebenzi yakhe,
32 yena obheka umhlaba, besewuthuthumela,othinta izintaba, zithunqe.
33 Ngiyakumhubela uJehova kukho konke ukuphila kwami;ngiyakuhlabelela kuNkulunkulu wami ngisekhona.
34 Ukuzindla kwami makube mnandi kuye;mina mangithokoze kuJehova.
35 Izoni maziphele emhlabeni,kungabe kusaba khona ababi.Mbonge uJehova, mphefumulo wami.Haleluya!