16 Baba nomhawu ngoMose ekamu,*nango-Aroni ongcwele kaJehova.
17 Umhlaba wavuleka,wamgwinya uDathani,wagqiba iviyo lika-Abiramu.
18 Kokheleka umlilo eviyweni labo;ilangabi lashisa laqeda ababi.
19 Benza ithole eHorebe;bakhuleka kuso isithombe esibunjiweyo.
20 Baguqula kanjalo inkazimulo yabo,yaba njengenkabi edla utshani.
21 Bakhohlwa uNkulunkulu umsindisi waboowayezenzile izinto ezinkulu eGibithe,
22 izimangaliso ezweni likaHamunokwesabekayo ngaseLwandle Olubomvu.