28 Bazihlanganisa noBali Peyori,badla okuhlatshelwe abafileyo.
29 Bamcunula ngezenzo zabo;kwabhoboka isifo phakathi kwabo.
30 Wayesesuka uFinehasi, wahlulela;saphela isifo;
31 lokhu wakubalelwa njengokulungaezizukulwaneni ngezizukulwane kuze kube phakade.
32 Bamcunula ngasemanzini aseMeriba;kwaba kubi kuMose ngenxa yabo.
33 Ngokuba baphambana noMoya wakhe;wakhuluma ngamawala ngomlomo wakhe.
34 Abababhubhisanga abantuuJehova abayaleza ngabo,