34 Abababhubhisanga abantuuJehova abayaleza ngabo,
35 kepha bahlangana nabezizwe,bafunda imisebenzi yabo.
36 Bakhonza izithombe zabo,zaba lugibe kubo.
37 Amadodana namadodakazi abobawahlabela amademoni.
38 Bachitha igazi elingenacala,igazi lamadodana abo namadodakazi aboabawahlabela izithombe zaseKhanani;izwe langcoliswa yigazi.
39 Bangcola kanjalo ngemisebenzi yabo,baphinga ezenzweni zabo.
40 Intukuthelo kaJehova yokheleka ngakubantu bakhe;ifa lakhe laba yisinengiso kuye.