1 Haleluya!Dumisani nina zinceku zikaJehova,nidumise igama likaJehova.
2 Malibongwe igama likaJehovakusukela kulesi sikhathi kuze kube phakade.
3 Kusukela ekuphumeni kwelanga kuzekube sekushoneni kwaloigama likaJehova malidunyiswe.
4 UJehova uphakeme phezu kwezizwe zonke,inkazimulo yakhe iphezu kwezulu.