15 Manibe ngababusisiweyo bakaJehovaowenzile izulu nomhlaba.
16 Izulu liyizulu likaJehova,kepha umhlaba wawunika abantwana babantu.
17 Abafileyo abamdumnisi uJehova,qha, noyedwa kwabehlelayo ekuthuleni.
18 Kepha thina siyakumbonga uJehovakusukela kulesi sikhathi kuze kube phakade.Haleluya!