15 Kuyigugu emehlweni kaJehovaukufa kwabangcwele bakhe.
16 Ngiyinceku yakho impela, Jehova;ngiyinceku yakho,indodana yencekukazi yakho;uthukululile izintambo zami.
17 Ngiyakunikela kuwe umnikelo wokubonga,ngibize igama likaJehova.
18 Izithembiso zami kuJehova ngiyakuzigcwalisayebo, nasebusweni babantu bakhe bonke,
19 emagcekeni endlu kaJehova,phakathi kwakho, Jerusalema.Haleluya!