17 Angiyikufa, kepha ngiyakuphila,ngishumayele imisebenzi kaJehova.
18 UJehova wangilaya nokungilaya,kodwa akanginikelanga ekufeni.
19 Ngivuleleni amasango okulunga,ngingene ngawo,ngimdumise uJehova.
20 Yileli isango likaJehova;olungileyo uyakungena ngalo.
21 Ngiyakukudumisa,ngokuba ungizwile,waba yinsindiso yami.
22 Itshe abalinqabayo abakhiselaba yinhloko yegumbi.
23 Lona lavela kuJehova;liyisimangaliso emehlweni ethu.