13 Ngomlomo wami ngimemezelezonke izahlulelo zomlomo wakho.
14 Ngithokoza ngendlela yobufakazi bakho njengemfuyo.
15 Ngiyakuzindla ngeziyalezo zakho,ngihloniphe izindlela zakho.
16 Ngiyakuthokoza ngezimiso zakho;angiyikukhohlwa izwi lakho.
17 Yenzele okuhle inceku yakhoukuba ngiphile, ngigcine izwi lakho.
18 Vula amehlo amiukuba ngibone izimangaliso zasemthethweni wakho.
19 Ngingumfokazi emhlabeni;ungangifihleli imiyalo yakho.