134 Ngihlenge ekuhlupheni kwabantu,ukuze ngigcine iziyalezo zakho.
135 Yikhanyisele inceku yakho ubuso bakho,ngifundise izimiso zakho.
136 Imifula yamanzi iyehlela emehlweni ami,ngokuba abagcini umthetho wakho.
137 Wena Jehova ulungile;izahlulelo zakho ziqotho.
138 Uyalezile ubufakazi bakho ngokulungangokuthembeka okukhulu.
139 Ukushisekela kwami kungidlile,ngokuba izitha zami zikhohliwe amazwi akho.
140 Izwi lakho licwebile kakhulu;ngalokho inceku yakho iyalithanda.