138 Uyalezile ubufakazi bakho ngokulungangokuthembeka okukhulu.
139 Ukushisekela kwami kungidlile,ngokuba izitha zami zikhohliwe amazwi akho.
140 Izwi lakho licwebile kakhulu;ngalokho inceku yakho iyalithanda.
141 Ngimncane, ngidelelekile;iziyalezo zakho angizikhohlwa.
142 Ukulunga kwakho kungukulunga okuphakade;umthetho wakho uyiqiniso.
143 Ukuhlupheka nosizi kungehlele;imiyalo yakho iyintokozo yami.
144 Ukulunga kobufakazi bakho kumi phakade;ngiphe ukuqonda ukuba ngiphile.