4 UJehova ulungile;unqumile izintambo zababi.
5 Mabajabhiswe, babuyiselwe emuvabonke abazonda iSiyoni.
6 Mababe njengotshani ophahleni,obubuna bungakakhuli.
7 Ovunayo akagcwalisi ngabo isandla sakhe,nobopha izinyanda izingalo zakhe.
8 Abadlulayo abasho ukuthi:“Isibusiso sikaJehova masibe phezu kwenu;siyanibusisa egameni likaJehova.”