21 owanika izwe labo laba yifa,ngokuba umusa wakhe umi phakade;
22 laba yifa lika-Israyeli inceku yakhe,ngokuba umusa wakhe umi phakade;
23 owasikhumbula sisephansi,ngokuba umusa wakhe umi phakade;
24 owasikhulula ezitheni zethu,ngokuba umusa wakhe umi phakade;
25 onika inyama yonke ukudla,ngokuba umusa wakhe umi phakade.
26 Bongani uNkulunkulu wezulu,ngokuba umusa wakhe umi phakade.