1 Ngasemifuleni yaseBabelesahlala khona, sakhala,lapho sikhumbula iSiyoni.
2 Amahabhu* ethu sawaphanyekaeminyezaneni ephakathi kwalo.
3 Ngokuba abasithumbileyo bacela ukuba sihlabelele igama,nabahluphi bethu bafuna injabulo, bethi:“Sihlabeleleni elinye lamagama aseSiyoni.”
4 Siyakuhlabelela kanjani ihubo likaJehovakwelinye izwe na?