6 Abantu bayakukhuluma ngamandla ezenzo zakho ezesabekayo;ubukhulu bakho ngiyakubumemezela.
7 Bayakweneka kakhulu inkumbulo yobuhle bakho obukhulu,bahube ngokulunga kwakho.
8 UJehova unesihe nobumnene;uyephuza ukuthukuthela,mkhulu ngomusa.
9 UJehova muhle kubo bonke;uyayihawukela imisebenzi yakhe yonke.
10 Yonke imisebenzi yakho iyakukudumisa,abangcwele bakho bakubonge.
11 Ngenkazimulo yombuso wakho bayakukhuluma,bashumayele ngamandla akho
12 ukuba babazise abantwana babantu izenzo zakho zamandlanenkazimulo yobukhosi bombuso wakho.