4 Emisebenzini yabantu ngiyazilinda,ezindleleni zezidlova ngezwi lezindebe zakho.
5 Izinyathelo zami zinamathela ezinyaweni zakho,izinyawo zami azisheleli.
6 Ngikhala kuwe, ngokuba uyangizwa, Nkulunkulu;beka indlebe yakho kimi,uzwe izwi lami.
7 Bonakalisa isihe sakho esimangalisayowena osindisa ngesandla sakho sokunenelabo abaphephela kuwe kwababahlaselayo.
8 Ngigcine njengenhlamvu yeso,ungisithe ethunzini lamaphiko akho
9 kubo ababi abangilimazayo,kuzo izitha zokuphila kwami ezingihaqileyo.
10 Bavalelwe ngamanoni abo,bakhuluma ngokuzidla ngomlomo wabo.