28 Ngokuba umbuso ungokaJehova;nguye obusa izizwe.
29 Bonke abacebileyo bomhlaba bayakudla, bakhuleke;bonke abehlela othulini bayakukhothama phambi kwakhe,naye ongenakugcina umphefumulo wakhe ekuphileni.
30 Inzalo iyakumkhonza;isizukulwane esizayo siyakulandiswa ngayo iNkosi.
31 Bayakuza bashumayele ukulunga kwayokuso isizwe esiyakuzalwa ngokuthi ikwenzile.