1 Umhlaba ungokaJehova nokugcwala kwawo,izwe nabakhileyo kulo.
2 Ngokuba yena wawusekela phezu kwezilwandle,wawumisa phezu kwemifula.
3 Ngubani oyakukhuphukela entabeni kaJehova,ngubani oyakuma endaweni yakhe engcwele na?
4 Yilowo onezandla ezingenacala nenhliziyo ehlanzekileyo,ongaphenduleli umphefumulo wakhe emangeninongafungi ngenkohliso.