5 Uyakwamukela isibusiso kuJehovanokulunga kuNkulunkulu wensindiso yakhe.
6 Yilesi esiyisizukulwane sabamfunayo;bona abasinga ubuso bakho bangabantwana bakaJakobe. Sela*
7 Phakamisani, masango,izinhloko zenu;nani minyango yaphakade,phakamani ukuba iNkosi yenkazimulo ingene.
8 Ingubani le Nkosi yenkazimulo na?InguJehova onamandla, oyiqhawe,uJehova oyiqhawe lokulwa.
9 Phakamisani, masango,izinhloko zenu;nani minyango yaphakade,phakamaniukuba iNkosi yenkazimulo ingene.
10 Ingubani le Nkosi yenkazimulo na?UJehova Sebawotinguyena oyiNkosi yenkazimulo. Sela*