19 Bheka izitha zami, ngokuba ziningi;ziyangizonda ngenzondo yonya.
20 Londoloza umphefumulo wami, ungikhulule;mawungangijabhisi,ngokuba ngiphephela kuwe.
21 Ukulunga nobuqotho makungilondoloze,ngokuba ngilindele wena.
22 Nkulunkulu, hlenga u-Israyelikuzo zonke izinkathazo zakhe.