9 Ungamukisi umphefumulo wami kanye nezoninokuphila kwami kanye nabantu begazi
10 abanehlazo ezandleni zabo,nesokunene sabo sigcwele izipho zenkohliso.
11 Kepha mina ngihamba ekulungeni kwami;ngihlenge, ube nomusa kimi.
12 Unyawo lwami lumi ebaleni;ngizakudumisa uJehova emihlanganweni.