5 Ngalala phansi, ngazunywa ngubuthongo;ngavuka, ngokuba uJehova ungiphasile.
6 Angesabi amashumi ezinkulungwane zabantuabangihaqile nxazonke.
7 Vuka, Jehova,ungisindise, Nkulunkulu wami,ngokuba zonke izitha zami uzishayile emhlathini,amazinyo ababi uwaphulile.
8 Insindiso ingekaJehova;isibusiso sakho masibe kubantu bakho. Sela*