1 Uzigabiselani ngokubi wena siqhwaga na?Umusa kaNkulunkulu umi njalo.
2 Ulimi lwakho lusongoza okubi njengempuco eloliweyo,wena owenza amacebo.
3 Uthanda okubi kunokuhle,namanga kunokukhuluma ukulunga. Sela*
4 Uthanda onke amazwi okubhubhisa wena lulimi lwenkohliso.