17 Ngakhala kuye ngomlomo wami;ukudumisa kwakuphansi kolimi lwami.
18 Uma bengiqonde ububi enhliziyweni yami,ibingayikungizwa iNkosi.
19 Ngempela uNkulunkulu uzwile,walalela izwi lomkhuleko wami.
20 Makabongwe uNkulunkuluongalahlanga umkhuleko wami nomusa wakhe kimi.