6 Ngokuba ukuphakanyiswa akuveli empumalanganasentshonalanga nasehlane lasezintabeni,
7 kepha uNkulunkulu ungumahluleli;omunye uyamehlisa,omunye amphakamise.
8 Ngokuba esandleni seNkosi kukhona isitsha;iwayini liyakhephuza;sigcwele ngeliqungiweyo,yona iyathulula ngaso;impela bonke ababi emhlabeni bayakuyimunca inhleze yalo,bayiphuze.
9 Kepha mina ngiyakumemezela ngakho kuze kube phakade,ngidumise uNkulunkulu kaJakobe.
10 Zonke izimpondo zababi ngiyakuzinquma;kepha izimpondo zolungileyo ziyakuphakanyiswa.