36 Kepha bamthopha ngomlomo wabo,baqamba amanga kuye ngolimi lwabo;
37 ngokuba inhliziyo yabo yayingabambeleli kuye,bengathembekile esivumelwaneni sakhe.
38 Kepha yena enesihawu wathethelela ububi babo,akabhubhisanga;yebo, wabamba kaningi intukuthelo yakhe,akavusanga lonke ulaka lwakhe.
39 Wakhumbula ukuthi bayinyama,bangumoya odlulayo ongabuyiyo.
40 Kwaba kaningi kangakanani bephambana naye ehlane,bemdabukisa kwahlongasibi.
41 Babuye bamlinga uNkulunkulu,bamdabukisa oNgcwele ka-Israyeli.
42 Abakhumbulanga isandla sakhenosuku abahlenga ngalo ezitheni,