12 Ngase ngibayeka enkanini yenhliziyo yaboukuba bahambe ngokuthanda kwabo.
13 “Sengathi abantu bami bangangizwa,u-Israyeli ahambe ezindleleni zami.
14 Bengiyakuthobisa masinyane izitha zabo,ngiselulele isandla sami kwabamelene nabo.
15 Abazondi bakaJehova bebeyakuzithobela kuye,kepha isikhathi sabantu bami besiyakuba khona kuze kube phakade.
16 Ubeyakubapha ukolweni omuhle;yebo, bengiyakubasuthisa ngezinyosi zasesiweni.”