1 Isisekelo asibekileyo sisezintabeni ezingcwele.
2 UJehova uyawathanda amasango aseSiyonikunazo zonke izindlu zikaJakobe.
3 Okudumisekayo kukhulunywa ngawe, muzi kaNkulunkulu. Sela*
4 Ngiyakubala uRahabi neBabele kulabo abangaziyo;yebo, iFilistiya neThire kanye neKushe azalelwa khona.
5 Kuyakuthiwa ngeSiyoni:“Yilo nalo wazalelwa khona;oPhezukonke uyaliqinisa.”