30 “Uma abantwana bakhe beshiya umthetho wamibengahambi ngezahlulelo zami,
31 uma bephula izimiso zamibengagcini imiyalo yami,
32 ngiyakuhambela izono zabo ngenduku,namacala abo ngemivimbo.
33 Kepha umusa wami angiyikuwususa kuye,ngingaphikisi ukuthembeka kwami.
34 Angiyikwaphula isivumelwano sami,nokuphumileyo ezindebeni zami angiyikukuguqula.
35 Ngafunga kanye ubungcwele bami,angiyikuqamba amanga kuDavide.
36 Inzalo yakhe iyakuma phakade,isihlalo sakhe sobukhosi sibe njengelanga phambi kwami.