1 Hlabelelani kuJehova ihubo elisha,nihlabelele kuJehova,mhlaba wonke.
2 Hlabelelani kuJehova, nibonge igama lakhe,nimemeze insindiso yakhe imihla ngemihla.
3 Landani inkazimulo yakhe phakathi kwabezizwe,izimangaliso zakhe phakathi kwabantu bonke.
4 Ngokuba mkhulu uJehova, udumisekile kakhulu;uyesabeka phezu kwabo bonke onkulunkulu.